Add Explanation
Add Meaning
$album_name
$date_release
$writer_name
New! Read & write lyrics explanations
  • Highlight lyrics and explain them to earn Karma points.
Sarbzah – S'thandwa lyrics

[Sarbzah:]
Ngangizihambel emlanjeni.
Ngahlangana neNkosazan enhle enezwi elisulekile
Yavele yathi kumina, eish madoda

[Nokwanda:]
Ngihambil umhlaba wonke
Angkaze ngamthol ofana nawe
Othandiwe inhliziyo yami
Mina nawe, Sthandwa Sami
Sohlukaniswa ukufa

[Chorus: Nokwanda]
Bambi isandla sami, Sthandwa sami, themba lami
Uthando lwami ngawe luyamangalisa
Mina ngizmisele, ukuba nawe, Bambo lwami
Kuze kube, ingunaphakade

[Verse One: Sarbzah]
Uwena kuphel empilwen yami
Uwena indoni yami, ang-FEEL grand mawungekho nami
Wimpilo yami
Asenz izinto Sgwem Izilingo
Ngalefindo sibagez igilo
Ngyasha babe lothand umlilo
Thatha konke kulenhliziyo..uhm
Ngiykhipha zonke manje, ngikfak' iRing sakhe
Ngzokwakh umndeni nawe, Ngize ngife nawe
Nobody do like you
That's why I love you too
And Imma keep it true
Forever boo

[Chorus: Nokwanda]
Bambi isandla sami, Sthandwa sami, themba lami
Uthando lwami ngawe luyamangalisa
Mina ngizmisele, ukuba nawe, Bambo lwami
Kuze kube, ingunaphakade

[Verse Two: Sarbzah]
I'll never leave you trust me, I'm stuck on you
Inhliziyo yami ngathi inawe coz it beats with you
I'll never leave you trust me, My love is true
Noma ngilele ngbona wena, All I see is you
Thath uthando lwami sambe, Inhliziyo ayimane ijule
Ngiyakthanda ntombazane, Futhi syoze sguge
Abaloyayo ngeke balunge, Buka ngfunguMdunge
Bancane abanjengawe nkosazan umuhle

[Bridge & Chorus: Nokwanda]
You're all that I need
You're all that I feel
We were meant to be
You & Me
Oh ohw Oh ohw

Bambi isandla sami, Sthandwa sami, themba lami
Uthando lwami ngawe luyamangalisa
Mina ngizmisele, ukuba nawe, Bambo lwami
Kuze kube, ingunaphakade



Lyrics taken from http://www.lyricsmode.com/lyrics/s/sarbzah/sthandwa.html

  • Email
  • Correct
Submitted bySarbzah


Music Facts about Sarbzah and "S'thandwa" song

S'thandwa meanings

      Write about your feelings and thoughts about S'thandwa

      Know what this song is about? Does it mean anything special hidden between the lines to you? Share your meaning with community, make it interesting and valuable. Make sure you've read our simple tips.
      U
      Min 50 words
      Not bad
      Good
      Awesome!

      Featured lyrics

      Explain