Ngithathe lyrics by Aya - original song full text. Official Ngithathe lyrics, 2021 version | LyricsMode.com
Request & respond explanations
  • Don't understand the meaning of the song?
  • Highlight lyrics and request an explanation.
  • Click on highlighted lyrics to explain.
Aya – Ngithathe lyrics
Aya – Ngithathe

Ngihlale ngicabangana nawe, nsuku zonke
Awukho umzuzu odlulayo, ukuphumula angik'tholi
Ngisabathe ngiyaziqinisa, kuphela amandla
Meke ngabona wena eduze kwami...
Ngimane ngihluleke ukuzibamba

Chorus:
Ngithathe ngingowakho
(Ng'zokwenza noma yini oyidingayo)
Ngithathe ngingowakho
(Amaqhinga aphelile ngithathe)
Ngithathe ngingowakho
(Kanti awuzwa yini)
Ngithathe ngingowakho
(Oooh wow)

Imizwa yami ijulile njengolwandle
Nginakho konke empilweni, kushoda uthando kuphela
Isombululo salenkinga yami, sthandwa nguwe
Awuliboni ibhasi libhaliwe, ngidinga wena empilweni yami

Chorus

Bridge:
Ngicela ung'thathe ngingowakho angiphiki
(Woza ung'thathe, ngicela ung'thathe)
Ngicela ung'thathe ngingowakho ngivumile
(Woza ung'thathe, ngingowakho oh)

Repeat till finish
×



Lyrics taken from /lyrics/a/aya/ngithathe.html

  • Email
  • Correct

Ngithathe meanings

Write about your feelings and thoughts about Ngithathe

Know what this song is about? Does it mean anything special hidden between the lines to you? Share your meaning with community, make it interesting and valuable. Make sure you've read our simple tips.
U
Min 50 words
Not bad
Good
Awesome!

Post meanings

U
Min 50 words
Not bad
Good
Awesome!

official video

Featured lyrics

0-9 A B C D E F G H I J K L M N O P Q R S T U V W X Y Z